Mali
Mali

Brenda Fassie - Mali Lyrics

42
Mali Music Video

Mali Lyrics

Ngothini mina babo
Ngothini mina ngawe mali
Ngolila mina koze kube nini na yo
Umama wangitshela ngawe
Wathi awulunganga bo

Uthathe abantabami
Uthathe nomuzi wami
Kanti mina ngoneni kulomhlaba Somandla
Wangiyeka kanjalo
Kungcono ungithathe ngihambe
Ngilandel'umama wami

Kanti lomhlab'unjani
Ubhek'abanemali
Kanti lomtheth'unjani
Umunt'ungumuntu ngemali
We mali
Abant'abasathandani
We mali mali
Umuntu umuntu ngemali

We mali, ubulal'uMagubane
We mali, amajel'agcwele ngenxa yakho
Ngizothini mina babo, hayi ngemali
Ngizothini mina babo, hayi we mali

We mali, ubulal'uMagubane
We mali, amajel'agcwele ngenxa yakho
Ngizothini mina babo, hayi ngemali
Ngizothini mina babo, hayi we mali

Kanti lomhlab'unjani
Ubhek'abanemali
Kanti lomtheth'unjani
Umunt'ungumuntu ngemali
We mali
Abant'abasathandani
We mali
Umunt'ungumuntu ngemali

We mali, ubulal'uMagubane
We mali, amajel'agcwele ngenxa yakho
Ngizothini mina babo, hayi ngemali
Ngizothini mina babo, hayi we mali

(Hay hay hay we mali) Ngizothini mina babo
(Hay hay hay we mali) Hayi ngemali
(Hay hay hay we mali) Ngizothini mina babo
Hay hay hay we mali

(Hay hay hay we mali) Ngizothini mina babo
(Hay hay hay we mali) Hayi ngemali
(Hay hay hay we mali) Ngizothini mina babo
Hay hay hay we mali

(Hay hay hay we mali) Ngizothini mina babo
(Hay hay hay we mali) Hayi ngemali
(Hay hay hay we mali) Ngizothini mina babo
Hay hay hay we mali

(Hay hay hay we mali)
(Hay hay hay we mali) Ngenxa yemali we Ma yebo
(Hay hay hay we mali)
Hay hay hay we mali

Writer(s): PETER MOKOENA, CHICCO TWALA
Copyright(s): Lyrics © Universal Music Publishing Group
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind

Post your Interpretation

Attach an image to this thought

Drag image here or click to upload image

The Meaning of Mali

Be the first!

Post your thoughts on the meaning of "Mali".

Lyrics Discussions
by Freddie Dredd

1

479
Hot Songs
Recent Blog Posts