Angelina
Angelina

Olwethu, Musa - Angelina Lyrics

5
Angelina Music Video

Angelina Lyrics

Sengilokhu ngibhekana nawe
My baby
Sengilokhu ngicingana nawe
My baby yoh

Sengilokhu ngibhekana nawe
My baby
Sengilokhu ngicingana nawe
My baby yoh

Angelina
Min'angisalali
Ngilokhu ngicabanga ngawe
Sithandwa sami

Angelina
Min'angisalali
Ngilokhu ngicabanga ngawe
Sithandwa sami

Ubusuku bude
Angisakwazi nokuzibamba
Uhlal'usengqondweni yami (Oh)

Ngaze ngamthol'umuntu wam'engimthandayo
Sweetie my baby
Ithambo lami nguwe

Ngaze ngamthol'umuntu wam'engimthandayo
Sweetie my baby
Oh inhliziyo yami nguwe

Sengilokhu ngibhekana nawe
My baby
Sengilokhu ngicingana nawe
My baby yoh

Sengilokhu ngibhekana nawe
My baby
Sengilokhu ngicingana nawe
My baby yoh

Angelina
Min'angisalali
Ngilokhu ngicabanga ngawe
Sithandwa sami

Angelina
Min'angisalali
Ngilokhu ngicabanga ngawe
Sithandwa sami

Waze wamuhle mntwanomuntu
Ukhazimula okwelanga
Livel'empumalanga hayi bo

Angazi ngenzenjani na
Nay'intomb'iyangihlanyisa
Hawu yon'iyangigulisa yoh

Amaziny'amhloph'okweqhwa
Makakhuluma ngiyamoyizela
Inhliziyo yam'iyamthanda
Nasekhaya bayomthanda weh

Sengilokhu ngibhekana nawe
My baby
Sengilokhu ngicingana nawe
My baby yoh

Sengilokhu ngibhekana nawe
My baby
Sengilokhu ngicingana nawe
My baby yoh

Angelina
Min'angisalali
Ngilokhu ngicabanga ngawe
Sithandwa sami (Ucabanga ngami weh)

Angelina
Min'angisalali
Ngilokhu ngicabanga ngawe
Sithandwa sami

Sengilokhu ngibhekana nawe
My baby
Sengilokhu ngicingana nawe
My baby yoh

Sengilokhu ngibhekana nawe
My baby
Sengilokhu ngicingana nawe
My baby yoh

Angelina
Min'angisalali
Ngilokhu ngicabanga ngawe (Angisalali)
Sithandwa sami

Angelina (Sithandwa sami)
Min'angisalali
Ngilokhu ngicabanga ngawe (Ucingana nami)
Sithandwa sami

Writer(s): DAVID MUTANDA, THABO TWALA
Copyright(s): Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind

Post your Interpretation

Attach an image to this thought

Drag image here or click to upload image

The Meaning of Angelina

Be the first!

Post your thoughts on the meaning of "Angelina".

Lyrics Discussions
Hot Songs
by David Kushner

1

283
Recent Blog Posts