Ngo '49
Ngo '49

Phuzekhemisi - Ngo '49 Lyrics

7
Ngo '49 Music Video

Ngo '49 Lyrics

Singalwa sodwa kanjena yini weh ma-Afrika
Yini indaba ngiyabuza weh ma-Afrika
Singalwa sodwa kanjena yini weh ma-Afrika
Ngiyabuza yini weh ma-Afrika

Niyakhumbul'ukuthi abelungu
Basishaya le eSandlwana sindawonye
Kwakungekho inhlangano lezi nje

(Ishi usuthu)
(Ishi usuthu)
(Ishi usuthu)

Awu sinebhadi
Awu sinebhadi hayi weh ma-Afrika

Nanikuphi na madoda
Mhla sishaywa eSandlwana
Sishayw'abelungu heyi weh madoda

Singalwa sodwa kanjena yini weh ma-Afrika
Yini indaba ngiyanibuza weh ma-Afrika (Nanikuphi na madoda)
Mhla sishaywa eSandlwana
Sishayw'abelungu heyi weh madoda

Singalwa sodwa kanjena yini weh ma-Afrika
Yini indaba ngiyabuza weh ma-Afrika (Nanikuphi na madoda)
Mhla sishaywa eSandlwana
Sishayw'abelungu heyi weh madoda

Ngo '49 amandiya asishaya sindawonye
Kwakungekho inhlangano lezi (Kwathi ngo '49)
Sashayiwa amandiya
Sithwele kanzima heyi weh ma-Afrika

Ngo '49 amandiya asishaya sindawonye
Kwakungekho inhlangano lezi (Kwathi ngo '49)
Sashayiwa amandiya
Sithwele kanzima heyi weh ma-Afrika

Ngo '49 amandiya asishaya sindawonye
Kwakungekho inhlangano lezi (Kwathi ngo '49)
Sashayiwa amandiya
Sithwele kanzima heyi weh ma-Afrika

(Ishi usuthu)
(Ishi usuthu)
(Ishi usuthu)

Awu sinebhadi (Ishi usuthu)
Awu sinebhadi (Ishi usuthu)
Awu ibhadi (Ishi usuthu)
Ngiyanitshela weh ma-Afrika (Ishi usuthu)
(Ishi usuthu)

Silwa sodwa kanjena
Awu sinebhadi
Awu yibhadi weh ma-Afrika

Nanikuphi na madoda
Mhla sishaywa eSandlwana
Sishayw'abelungu heyi weh madoda
Sasindawonye
Hayi weh madoda kwakungekho inhlangano lezi

Nanikuphi na madoda
Mhla sishaywa eSandlwana
Sishayw'abelungu heyi weh madoda
Singalwa sodwa kanjena yini weh ma-Afrika
Ngiyabuza yini weh ma-Afrika

Nanikuphi na madoda
Sibangani (Mhla sishaywa le eSandlwana)
Awu sibangani (Sishayw'abelungu heyi weh madoda)
Ngo '49, awu ngo '49
Amandiya asishaya kungekho inhlangano lezi

Kwathi ngo'49
Sashayw'amaNdiya
Sithwele kanzima heyi weh ma-Afrika

Ngo '49
Amandiya asishaya
Hayi weh madoda kwakungekho inhlangano lezi

Writer(s): MNYANDU JOHNSON
Copyright(s): Lyrics © Warner Chappell Music, Inc.
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind

Post your Interpretation

Attach an image to this thought

Drag image here or click to upload image

The Meaning of Ngo '49

Be the first!

Post your thoughts on the meaning of "Ngo '49".

Lyrics Discussions
Hot Songs
Recent Blog Posts