Siyabonga Nkosi Jesu
Siyabonga Nkosi Jesu

Sipho Makhabane - Siyabonga Nkosi Jesu Lyrics

7
Siyabonga Nkosi Jesu Music Video

Siyabonga Nkosi Jesu Lyrics

Uma sibheka lapho sindlule khona
Izintaba hawu nemifula
Kodwa siyabonga weNkosi Jesu
Wena ukusihola hayi kuze kube la

Futhi uma ngicabanga amev'esengidlule kuwo
Ayahlaba, sibuzwile uvuhlungu
Kodwa siyabonga, siyabonga Nkosi Jesu
Heyi ukusihola hayi kuze kube la

Sithi Ebenezer (Ebenezer Nkosi yami)
Ebenezer Nkosi (Usihole kwaze kwa la)
Sithi Ebenezer (Ebenezer Nkosi yami)
Wena wedwa (Usihole kwaze kwa la)
Sithi Ebenezer (Ebenezer Nkosi yami)
Wena wedwa (Usihole kwaze kwa la)

Ezimpini esindlule kuzo
Ngisho neyinkinga esindlule kuzo
Kodwa siyabonga, siyabonga Nkosi Jesu
Wena kusihola kwaze kwa la
Hayi kuze kube lapha

Um'uJehova uSimakade eme ngangikithi
Heyi ngubani ongamelana nathi
Kodwa siyabonga, siyabonga Nkos'uJesu
Heyi kusihola, hayi kuze kube la

Sithi Ebenezer (Ebenezer Nkosi yami)
Ebenezer Nkosi (Usihole kwaze kwa la)
Sithi Ebenezer (Ebenezer Nkosi yami)
Ebenezer Nkosi (Usihole kwaze kwa la)
Ebenezer, Ebenezer (Ebenezer Nkosi yami)
Wena wedwa Baba (Usihole kwaze kwa la)

Wena Nkos'uJesu usithembisile
Wathi ngek'usishiye, ngek'usishiye sodwa
Kodwa siyabonga, siyabong'uMoyoNgcwele
Heyi ukusihola hayi kuze kube la

(Ebenezer Nkosi yami)
(Usihole kwaze kwa la)
Ebenezer (Ebenezer Nkosi yami)
Ebenezer (Usihole kwaze kwa la)
Sithi Ebenezer (Ebenezer Nkosi yami)
Wena wedwa (Usihole kwaze kwa la)

(Eh, eh Ebenezer Nkosi yam)
(Eh, eh Ebenezer Nkosi yam)
(Eh, eh Ebenezer Nkosi yam)
(Eh, eh Ebenezer Nkosi yam)

Ebenezer, Ebenezer (Ebenezer Nkosi yami)
Ebenezer Nkosi (Usihole kwaze kwa la)
Sithi Ebenezer (Ebenezer Nkosi yami)
Ebenezer (Usihole kwaze kwa la)

Sithi Ebenezer Nkosi yam (Ebenezer Nkosi yami)
Wena wedwa (Usihole kwaze kwa la)
Siyabonga Jesu (Ebenezer Nkosi yami)
Wena wedwa Baba (Usihole kwaze kwa la)

Writer(s): SIPHO MAKHABANE
Copyright(s): Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind

Post your Interpretation

Attach an image to this thought

Drag image here or click to upload image

The Meaning of Siyabonga Nkosi Jesu

Be the first!

Post your thoughts on the meaning of "Siyabonga Nkosi Jesu".

Lyrics Discussions
Hot Songs
by David Kushner

1

283
Recent Blog Posts