uNtombende
uNtombende

Khuzani - uNtombende Lyrics

5
uNtombende Music Video

uNtombende Lyrics

Intombi ezalwa kwankominqini iyoganywaphi
Njengoba may'vakashele mina imisa amadolo
Intombi ezalwa kwankominqini iyoganywaphi
Njengoba may'vakashele mina imisa amadolo
Intombi ezalwa kwankominqini iyoganywaphi
Njengoba may'vakashele mina icofa amafoni

Ithi yey ngani uyise unezinkomo
Yikh'ishay umendo ngetshe ngani
Ithi yey ngani uyise unezinkomo
Yikh'ishay umendo ngetshe ngani
Ithi yey ngani uyise unezinkomo
Yikh'ishay umendo ngetshe ngani
Ithi yey ngani uyise unezinkomo uyay'zungez'inkomo

Wentombende kababa (Haw wentombende kababa uyogana kwabani)
Wentombende kababa (Haw wentombende kababa uyogana kwabani)
Wentombende kababa (Haw wentombende kababa uyogana kwabani)
Wentombende kababa uyoganaphi (Haw wentombende kababa uyogana kwabani)
Wentombende kababa (Haw wentombende kababa uyogana kwabani)
(Haw wentombende kababa uyogana kwabani)

Wentombende kababa (Haw wentombende kababa uyogana kwabani)
Wentombende kababa (Haw wentombende kababa uyogana kwabani)
Wentombende kababa oh wentombende kababa

Iyogana kanjani (Njengoba may'lala ilal'imisa amadolo iyogana kabani)
Iyogana kanjani (Njengoba may'lala mise imisa amadolo iyogana kabani)
Iyogana kabani (Njengoba may'lala ilal'imisa amadolo iyogana kabani)
Iyogana kabani (Njengoba may'lala mise imisa amadolo iyogana kabani)
Iyogana kanjani (Njengoba may'lala ilal'imisa amadolo iyogana kabani)
Ingabe yona iyogana kabani (Njengoba may'lala mise imisa amadolo iyogana kabani)
Iyogana kanjani (Njengoba may'lala mise imisa amadolo iyogana kabani)

Writer(s): NKOSIKHONA INNOCENT MPUNGOSE
Copyright(s): Lyrics © Downtown Music Publishing
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind

Post your Interpretation

Attach an image to this thought

Drag image here or click to upload image

The Meaning of uNtombende

Be the first!

Post your thoughts on the meaning of "uNtombende".

Lyrics Discussions
Hot Songs
Recent Blog Posts