Igolide
Igolide

Mnqobi Yazo - Igolide Lyrics

Sep 27, 2019
36
Igolide Music Video

Igolide Lyrics

Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Mina ngizophath’igolide
Ngizophath’igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Ngizobe ngipheth’igolide
Ngizobe ng’pheth’igolide nesiliva ntombi


Okwamanje angikwazi ngish’ukuk'thengela nomushokholethi
Kufika usuku lwakho lokuzalwa kwehl’izinyembezi
Uthola amapresent left and right k'mina ungatholanga lutho
Ngizocomplain kanjani ngoba angizange ngikhiphe lutho ntombi
Kuhlupheka kwami wangiphatha kanjena kade ngithi sesiyazwana
Kuhlupheka kwami wafika nesinyama kade ngithi sekuyakhanya
Ngashiywa umuntu ebesengithembile kuthi mina ngiyamthanda
Kuthiwa izinyembezi aziweli phansi ngoba phela ezendoda

Engenalutho namhla kusasa
Mina ngizophath’igolide
Ngizophath’igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Ngizobe ngipheth’igolide
Ngizobe ng’pheth’igolide nesiliva ntombi


Eh, Kusile
Avuke ahambe eyemsebenzini
Ngilele
Ngicabangana nephupho lami
Intende
Ngithemb’ukuthi ngizophumelela
Kumele
Oh kumele nje

Kubuhlungu ukuthi angikwazi ukuk’afford ukujabulisa wena ntombi
Amandla ami aphelele ekutheni mina ngiyakuthanda ntombi
Akukho okudlula lokho mina ntombi vele ngigcina lapho nje
K'thiwa izinyembezi aziweli phansi ngoba phela, ezendoda

Engenalutho namhla kusasa
Mina ngizophath’igolide
Ngizophath’igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Ngizobe ngipheth’igolide
Ngizobe ng’pheth’igolide nesiliva ntombi

Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Mina ngizophath’igolide
Ngizophath’igolide nesiliva ntombi

Writer(s): LINDOKUHLE MQOBI MSIMANGO
Copyright(s): Lyrics © Downtown Music Publishing
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind

Post your Interpretation

Attach an image to this thought

Drag image here or click to upload image

The Meaning of Igolide

Be the first!

Post your thoughts on the meaning of "Igolide".

Lyrics Discussions

1

579
Hot Songs

1

982

1

122
Recent Blog Posts