Amavaka
Amavaka

Phuzekhemisi - Amavaka Lyrics

60
Amavaka Music Video

Amavaka Lyrics

Ngalokho ngihlala nevaka leli
Lithi lizongishaya ngengoma lish'umuthi
Ngalokho ngihlala nevaka leli
Lithi lizongishaya ngengoma litshel'abantu

Ngalokho ngihlala negwala leli
Lithi lizongishaya ngengoma lish'umuthi
Ngeke ngishayw'amagwala
Mina ngeke ngishayw'amagwala weh ma

Salokho ngihlala amavaka
Ath'azosishaya ngengoma asho bani

Ngalokho ngihlala nevaka leli (Salokho ngihlala amavaka)
Lithi lizongishaya ngengoma weh ma (Ath'azosishaya ngengoma asho bani)
Ngalokho ngihlala nevaka leli (Salokho ngihlala amavaka)
Lithi lizongishaya ngengoma weh ma (Ath'azosishaya ngengoma asho bani)

Ngeke ngishayw'amagwala (Salokho ngihlala amavaka)
Ngeke ngishayw'amagwala weh ma (Ath'azosishaya ngengoma asho bani)
Mina ngeke ngishayw'amagwala (Salokho ngihlala amavaka)
Ngeke ngishayw'amagwala weh ma (Ath'azosishaya ngengoma asho bani)

Ngalokho ngihlala negwala leli
Lithi lizongishaya ngengoma lish'umuthi
Ngalokho ngihlala nevaka leli
Lithi lizongishaya ngengoma litshel'abantu

Hayi min'angishayw'amagwala
Mina ngeke ngishaywe igwala weh ma
Hayi min'angishayw'amagwala
Mina ngeke ngishaywe igwala weh ma

Salokho sidlala amavaka
Ath'azosishaya ngengoma asho bani
Ngalokho ngihlala negwala leli
Lithi lizongishaya ngengoma lish'umuthi

Salokho sidlala amavaka
Ath'azosishaya ngengoma asho abantu
Ngalokho ngihlala negwala leli
Lithi lizongishaya ngengoma litshel'abantu
Salokho sidlala amavaka
Ath'azosishaya ngengoma asho bani

Min'angishayw'amagwala
Mina ngeke ngishaywe igwala weh ma
Salokho ngihlala amavaka
Ath'azosishaya ngengoma asho bani

Min'angishaywe igwala
Mina ngeke ngidlal'amagwala weh
Salokho sihlala amavaka
Ath'azosishaya ngengoma asho bani

Ngingalokho ngidlala negwala leli
Lithi lizongishaya ngengoma litshel'abantu
Salokho sihlala amavaka
Ath'azosishaya ngengoma asho bani

Salokho ngihlala amavaka
Ath'azosishaya ngengoma asho bani
Ngingalokho ngidlala negwala leli
Lithi lizongishaya ngengoma litshel'abantu
Salokho ngihlala amavaka
Ath'azosishaya ngengoma asho bani

Ngingalokho ngidlala amagwala weh
Ath'azongishaya ngengoma weh
Salokho ngihlala amavaka

Writer(s): MNYANDU JOHNSON
Copyright(s): Lyrics © Warner Chappell Music, Inc.
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind

Post your Interpretation

Attach an image to this thought

Drag image here or click to upload image

The Meaning of Amavaka

Be the first!

Post your thoughts on the meaning of "Amavaka".

Lyrics Discussions
Hot Songs
Recent Blog Posts